JACQUES ATTACK_Sale price R100.00 (was R140.00) - Online orders only!
ENGLISH: A glam god of a dance champion from overseas enters the Siyagruvers' lives. Will some longstanding friendships survive this? The whole idea of student exchanges comes into focus for Samantha, but she finds that her parents have a very different idea from hers!
'The thing about life is, sometimes you don't even know you're learning useful lessons!' - A reader
isiZULU: Umpetha wezondanso omuhle futhi osemgangathweni ufika ezimpilweni zamaSiyagruva. Ngabe ubudlelwane osebunesikhathi bukhona buzokwazi yini ukumelana nalokhu? USamantha ufikelwa umqondo wokuba isitshudeni esishitshana nesinye sakwelinye izwe ayofunda esikoleni saso bese sona sizofunda esikoleni sakhe, kodwa kusheshe kumcacele ukuthi abazali bakhe bacabanga ngendlela ehlukile kuneyakhe!