BREAKING OUT
Rashaad is going through a tough time. His religion, his culture, even his sexuality... who and what is he? Samantha and her friend Nolwazi are playing a dangerous double-game with their parents. Into their lives comes The Siyagruva Scene — and things start happening!
‘Rashaad faces reality and becomes a man. Samantha learns to think for herself.' - A reader
isiZulu: URashaad uthwele kanzima empilweni. Inkolo yakhe, isiko lakhe, kanye nokuthi angathanda ukuzwana nomuntu wabuphi ubulili ... ungubani futhi uyini? USamantha kanye nomngani wakhe uNolwazi badlala umdlalo oyingozi wokukhohlisa abazali babo. Kungena i-The Siyagruva Scene ezimpilweni zabo — bese ziqala ukwenzeka izinto! ‘URashaad ubhekana nesimo bese eba yindoda. USamantha ufunda ukuzicabangela.' — Umfundi